Mastodon Free Graphics Design Lessons Online Skip to main content

Posts

Showing posts with the label sex

Design is intelligence made visible.

In a world cluttered with noise, simplicity becomes the beacon of sophistication. 🌟 Embrace the elegance of minimalism as you strip away the excess and focus on what truly matters. Let your designs speak volumes with their refined simplicity, leaving a lasting impression on all who behold them. #SimplicityIsKey #MinimalistDesign #ElegantSimplicity https://www.esperecamino.co.za/freelance-graphic-designer/

Kunomehluko phakathi kukajeqe nekhekhe, ikhekhe lithe ukuba mnandi ngoba linoshukela no-cream

Kunomehluko phakathi kukajeqe nekhekhe, ekhona-ke nawo amakhekhe awafani, kukhona omile nangahalisi noma uwabuka, bese kuba khona uhlobo lwekhekhe olukudonsa ukude luthi ngidle. Ngiyacabanga usubonile ukuthi angiqonde kukhuluma ngakhekhe leli elibhakwayo, indaba yami isenkomeni, abanye abayibiza ngekhekhe abanye bathi isibaya somnumzane. Kunomehluko phakathi kukajeqe nekhekhe, ikhekhe lithe ukuba mnandi ngoba linoshukela no-cream. Mhlampe uyazibuza manje ukuthi kungani ngithanda ukukhuluma ngabafana nocansi, impendulo isobala…..ngaphandle kwamadoda nocansi zincane kakhulu izinto ezijabulisa abantu besifazane. Kumele abantu besifazane bazi ukuthi ikhekhe yikhekhe ngoshukela. Ikhekhe lenziwa ngobunyoninco nangesineke kuze olidlayo ezokwazi ukuzwa ubulona nomehluko phakathi kwalo namanye amakhekhe. Kunomehluko phakathi kukajeqe nekhekhe Iphutha elibi elenziwa amantombazane, ukukhenikha inkomo/ikhekhe esebenzisa izinongo ezingafanele. Ngenxa yokwanda kwa

Umuntu ka Mah Sazwana Naye Kudala

Umuntu ka Mah Sazwana Naye Kudala Umuntu ka Mah sazwana naye nje mhla siqala ukubonana, Umama wami usomabhizinisi, uneSupermarket engasukumi phansi. Sikhule sihlala sobabili. Bahlukana kudala nobaba, ngisafunda e High School . Umama isitolo lesi asishiyelwa umkhulu. Kwathi ngoba uhlakaniphile futhi ufundile, wakwazi ukusikhulisa kakhulu. Ukukubeka nje esithombeni. Umama akabuzi. Uyasho. Angithukanga ke uma engitshela ngo muntu wakhe u Mkhize , mina engimbiza ngokuthi uMavovo. Wathi uzohlala khona ekhaya. Akungihluphanga ke ngoba wangithengela iTownhouse yami duze ne nyuvesi lapho ngenza khona unyaka wami wokuqala. Ekhaya ngiya ngokuvakasha. Umuntu ka Mah Sazwana Naye Kudala Ngimuhle, ngime kahle, ngiyindoni yamanzi. Abafana laba abangihalelayo eNyuvesi bathi ngingu mapakisha, qede bathi ngiPortable. Nokho angidudule kakhulu. Ngiziphethe kahle, futhi angifuni ukudumaza umama. Umthondo awukaze usondele la kimi. Kodwa ngiyasola ontanga bami bayangisaba, ngoba bah

Uyalihamba Uliqede iZwe Ayikho Into eThobisa Umuntu Njengocansi

Uyolihamba uze uliqede izwe, ayikho into ethobisa umuntu njengocansi. Angikhathali noma kungathiwa indoda inolaka olungakanani, kuba khona oyedwa wesifazane ekwaziwayo ukuthi uma esethintwe wuye, kuyashintsha ukwenza kwehle nolaka. Nabesifazane nabo noma kungathiwa umuntu akangeneki uyaziwa, kuba khona ugalakajana omaziyo ukuthi uthanjiswa kuphi. Kuyona yonke imigilingwane ehlobene nocansi, sengithole ukuthi ukhiye ekuyiwona wona, ukuwotawotana. eThobisa umuntu njengocansi Ukulifaka phakathi yinto yokugcina nesingayibiza ngebhonasi. Intamo : Kungamane kungaphinde kungenelwanwe uma engangiqabuza emqaleni nasezindlebeni bese ehamba engasacobhozanga ( Ukucobhoza yisona sigaba sokugcina,  iBonus ), kusho umngani. Usisi Omndala: Ukuqatshuzwa emqaleni kumnandi ngoba ningaqala noma nikuliphi igumbi noma kungaba yisekhishini, nijahane nigijimisana ngolimu indlu yonke nigcine niwangene wonke amakamero. Izindlebe : Uma udlulela ezindlebeni usamgijima ngolimi, it